Ukhozi FM News Bulletins
English, News magazine, 1 season, 132 episodes, 11 hours, 22 minutes
Ukhozi FM News Bulletins
English, News magazine, 1 season, 132 episodes, 11 hours, 22 minutes
25 Nov 2015 06h00 am
Iphalamende lizohlala izinsuku ezingeziwe ezimbili kulandela ukuthi amalungu enyunyani iNEHAWU ephinde aphazamisa ukusebenza kwephalamende. Izisebenzi ezitelekile ziphoqe ukuthi kumiswe ukuhlala kwesishayamthetho izolo. Lezizisebenzi zitelekile kulandela ukufinyelela kwangqingetshe kwezingxoxo phakathi kwalenyunyani nephalamende. Lesisiteleka sihlobene nokukhokhelwa imihlomulo yokwenza kahle. Usihlalo womkhandlu wezifundazwe kuzwelonke uThandi Modise uthi angeke bakubekezelele okunye ukuphazamiseka kwephalamende. Ubekhuluma nabezindaba...
11/25/2015 • 5 minutes, 38 seconds
24 Nov 2015 08h00 am
Inyunyani iNEHAWU ifunge yagomela ukuthi izosiqinisa isiteleka sayo namhlanje. Lokhu kulandela ukufinyelela kwangqingetshe kwezingxoxo phakathi kwezikhulu zephalamende nalenyunyani, odabeni oluthinta ukukhokhelwa kwezisebenzi imihlomulo yokwenza kahle. Intatheli yezindaba zeSABC uMercedes Besent uyabika
11/24/2015 • 5 minutes, 2 seconds
24 Nove 2015 07h00 am
Kushone abantu abayisithupha kwalimala abayisishiyagalolunye kulandela ingozi ehlanganisa itekisi neveni eHectorspruit kuN4 eduze nasemgceleni eMpumalanga ongenela eMozambique. Abezokuthutha basola ukuthi umshayeli weveni uhlulekile ukulawula imoto. Okhulumela umnyango wezokuphepha komphakathi eMpumalanga uJoseph Mabuza uthi abalimele baphuthunyiswe esibhedlela...
11/24/2015 • 4 minutes, 50 seconds
24 Nov 2015 06h00 am
Umengameli Jacob Zuma uthi kunesidingo esikhulu sokuqinisekisa ukuthi umthelela weCOSATU awehli amandla ngenxa yokwehla kwamalungu ayo. Ubekhuluma engqungqutheleni yeCOSATU kazwelonke yeshumi nambili eMidrand enyakatho neGoli. ICOSATU ilahlekelwe amalungu angu350 000 eNUMSA kulandela ukuxoshwa kwalenyunyani yezisebenzi zensimbi. Umengameli Zuma unxuse izithunywa engqungqutheleni yeCOSATU ukuthi zinxenxe izisebenzi ezizihlanganisa nezinyunyani ezingamahlubuka...
11/24/2015 • 4 minutes, 43 seconds
13 Nov 2015 07h00 am
Isekela likamengameli umnumzane Cyril Ramaphosa uvikele umengameli Jacob Zuma kulandela imibiko yokuthi umengameli wathi iANC ibaluleke ngaphezu kwalelizwe. Umengameli waphawula ngesikhathi ekhuluma engqungqutheleni yeANC yokukhetha ubuholi ngesonto elidlule KwaZulu Natal. Umnumzane Ramaphosa utshele isishayamthetho sikazwelonke ukuthi umengameli Zuma wacashunwa ngendlela ekungasiyona.
11/13/2015 • 5 minutes, 13 seconds
13 Nov 2015 06h00 am
Izisebenzi zasemayini ezaboshwa nezalimala eMarikana zifuna isekela likamengameli umnumzane Cyril Ramaphosa lixolise liphinde linxephezele bonke laba abathintekayo. Ummeli wabo uAndries Nkome ukuqinisekisile ukuthi uRamaphosa ukhishelwe amasamanisi mayelana nesigameko sokudubula emayini yePlatinum sangoNcwaba ka2012 lapho kwashona khona izisebenzi zasemayini ezingamashumi amathathu nane. uNkome uthi lamasamanisi aphinde anikezwa uhulumeni nenkampani iLonmin. Okhulumela ihhovisi likaRamaphosa uRonnie Mamoepa uthi uRamaphosa uyalele abammeli bakhe ukuthi bavikele lesisinyathelo. URamaphosa phambilini utshele iphalamende ukuthi angeke akwazi ukuphendula imibuzo ethinta udaba laseMarikana njengoba ekhishelwe amasamanisi.
11/13/2015 • 5 minutes, 20 seconds
13 Nov 2015 08h00 am
U-Eskom unxuse inhlangano elawula ezamandla i-National Energy Regulator of South Africa ukuthi ivumele lesisikhondlakhondla sikwazi ukubuyisa u22.8 billion wamarandi wezindleko olahleke ngonyaka wezimali ka2014. Abantu baseNingizimu Africa kumele bazilungiselele ukunyuka kukagesi futhi uma isicelo sikaEskom siphumelela.
11/13/2015 • 5 minutes, 22 seconds
12/11/2015 08h00 am
11/12/2015 • 5 minutes, 7 seconds
12/11/2015 07h00 am
Izakhamizi ezisezifundazweni ezisenyakatho zingalindela imvula kulelisonto elizayo. Kodwa lemvula izobe inganele ukuthi ingagcwalisa amadamu akuleli. Isangoma sezulu uKobus Cronje nomakunjalo uthi bazokwamukela noma iyiphi imvula njengoba isomiso siqhubeka
11/12/2015 • 4 minutes, 26 seconds
Ukhozi Bulletin 12/11/2015 06h00 am
Inyuvesi yaseWestern Cape igxeke udlame lakamuva esikhungweni salenyuvesi eBellville njengoba abafundi ababhikishayo behlasele abanye abafundi, namaphoyisa baphinde balimaza nempahla. Abafundi ababhikishayo baphazamise ukubhalwa kwezivivinyo zokuphela konyaka, balimaza kabi onogada abane, badubula bebhekise emaphoyiseni, bathungela ngomlilo ezinye izakhiwo baphinde batapa nokudla enkantini yesikhungo. Kuboshwe abafundi abayishumi. Amaphoyisa asebenzise izinhlamvu zenjoloba ukuhlakaza ababhikishi.
11/12/2015 • 4 minutes, 4 seconds
uKhozi FM Buletins
U-Meng Jacob Zuma wemukele isicelo sikalowo owayelijaji elikhulu uSandile Ngcobo sokuba ahoxe ekubeni ngusihlalo wekhomishani yophenyo ngemihlomulo nezimo zokusebenzi ezisebenzini zikahulumeni. Lekhomishani yaqokwa nguMeng Zuma ngo 2013. Phakathi kweminye yemisebenzi yayo wukubeka ukuthuthukiswa kwezinhlelo zokusebenza, ukubalulwa kwezinga lomsebenzi nokukhuliswa kwezisebenzi, izinhlelo zokusingathwa kweqophelo lokusebeza kanjalo nenqubomgomo. U-Meng Zuma ubonge ijaji uNgcobo ngeqhaza lakhe ekusebenzeni kwalekhomishani. Okhulumela umengameli uBongani Majola uthi usihlalo omusha uzomenyezelwa maduze nje.Dbn m'jay
10/16/2015 • 5 minutes, 36 seconds
uKhozi FM 09H00
Umkhandlu ongamele abafundi baseNyuvesi yaseStellensboch uthi isinqumo somkhandlu sokuphasisa izincomo ezenziwe ithimba elilwela ukutshintshwa kwemigomo yolimi kuyisinyathelo esiya empumelelweni. Phambilini kulelisonto uMkhandlu wamukele isiphakamiso sokuthi kube nezinguquko kushintshe nemigomo yolimi. Okhulumela umkhandlu ongamele abafundi uJames de Villers uthi lomkhandlu uyakuseka ukufundisa ngezilimi ezigunyaziwe kulenyuvesi ngokulingana...[TAKE: SBINCUE: Well weOUTCUE: at this universityTO: 0'14"DURATION:0'14"]Uthi bona njengomkhandlu ongamele abafundi bajabule kakhulu ukuthi umkhandlu uthathe isinyathelo esiyaphambili mayelana nokubhekana nodaba lolimi enyuvesi yaseStellenbosch.Smp dbn 01/10
10/1/2015 • 4 minutes, 6 seconds
uKhozi FM 07H00
Inkampani yakwa Eskom ithi isiteleka esifufusayo ezimayini zamalahle ngeke siyiphazamise ekusebalaliseni amandla kagesi. Lenkampani ithi iziphehli mandla zayo zikagesi zinawo amalahle anele . Inyunyana i-National Union Of Minesworkers phambilini imemezele ukuthi isinike izimayini zamalahle isexwayiso samahora angu 48, emva kokuba izingxoxo zamaholo zingaphumelelanga.[TAKE: SBNAME: SpokespersonOUTCUE: EskomTO: 0'23"DURATION:0'23"]Uthi ezikhungweni zabo eziphehla amandla kagesi kunamalahle angathatha izinsuku ezingamashumi amathathu, uthi noma kunjalo kodwa abathandi ukuthi kube khona into ephazamisa uhlelo lwabo.Smp dbn 01/10
10/1/2015 • 4 minutes, 29 seconds
Ukhozi FM 15H00
Alinganiselwa emashumini amane amatekisi athathwe amaphoyisa erenki yamatekisi e-Centurion eNingizimu yePitoli. Amaphoyisa azama ukuletha uzinzo kulandela ukuqubuka kodlame phakathi kwezinhlangano ezimbili zamatekisi ngo-Msombuluko. I-Centurion Taxi Association ne-Tembisa -alexandra Taxi Association lezinhlangano ziyalwa zibanga imizila. Okhulumela amaphoyisa u-Busaphi Nxumalo, unxusa abagibeli ukuthi bangasondeli kulendawo okwamanje.[TAKE: SBNAME: GautengOUTCUE: IndusryTO: 0'34"DURATION:0'34"]smp dbn 29/09
9/29/2015 • 4 minutes, 30 seconds
UKHOZI FM 18H00
Uhulumeni ucabanga ukulidingida ngaphandle kwenkantolo udaba lwesinxephezelo salabo abadutshulwa eMarikana. Kwaboshwa izisebenzi zase-Mayini kwaphinde kwabulawa ezinye izisebenzi mhlaka 12 Ngenyanga kaNcwaba, ngo- 2012. Abameli bezisuku bafuna isinxephezelo sika 1 Billion wamarandi. uMengameli Jacob Zuma, uthi uhulumeni uzama ukuqhamuka nenye indlela yokuxazulula ngalo loludaba ngaphandle kwenkantolo, bese kuqalwa indlela yokukhokhelwa kwabobonke abathintekayo. Intatheli yakwa SABC, uNtebo Mokobo uyabika[TAKE: SBNAME: LookingOUTCUE: MinersTO: 0'34"DURATION:0'34"]Uthi uhulumeni ubhekqa izindlela zokunxephezela abathintekayo. Uthi uhulumeni uzocela amajaji banye abanolwazi mayelana naloluhlelo. Kuthiwa ihhovisi likaMengameli lithe lizohlangana nabameli bezisulu ukubanxenxa ukuthi lendaba ikhulunyelwe ngaphandle kwenkantolosmp dbn 29/09
9/29/2015 • 3 minutes, 43 seconds
Ukhozi 12h00 PM
maphoyisa ase Kurhuleni asethole izidumbu ezingu 5 eqeleni elivulekile eduuze kwasemayini yase Grootvlei e Springs e Gauteng ku East rand. Lezidumbu kukholakala ukuthiu ezingabamaqulu amabili abantu abavukuza ngokungemthethoi okusolwa ukuthi abanga ukuvukuza. Okhulumele amaphoyisa u tshekiso Mofokeng.
9/29/2015 • 3 minutes, 7 seconds
Ukhozi FM Bulletins 08h00
Amaphoyisa asevule amacala amabili okuzama ukubulala, emva kokulimala kwezisebenzi ezimbili zenkontileka eyakha isiteshi sikagesi iMedupi eLephalale eLimpopo. Sekuthunyelwe amaphoyisa amaningi elokishini eliseduzane nalendawo iMerapong. Umsolwa ongaziwa ovulele ngenhlamvu ebhekise ezisebenzini zalenkontileka ebezilindele into yokuya emsebenzini usagcwele amathafa namanje. Omunye wabalimele uphuthunyiswe esibhedlela esizimele ePitoli. Emasontweni amabili edlule kudutshulwe amabhasi amabili, kwalimala umshayeli welinye lalamabhasi. U-Witness Tiba wezindaba zeSABC uyasibikela.............[TAKE: SBINCUE: Hundreds ofOUTCUE: SOQDURATION:0'27"](Uthi kubonakala amakhulu amabhasi ethutha izisebenzi ngaphandle kokuphazamiseka. Uthi ezinye izisebenzi azifikanga emsebenzini izolo ngenxa yokwesabela impilo yazo. Uthi amaphoyisa asiqaphile isimo, wathi sekusungulwe ithimba labaphenyi ukuba liphenye ngalezigameko zokudubula. Uthi bekungakaboshwa muntu, wathi amaphoyisa aphenya amacala okuzama ukubulala)dbn scelo 12/06
6/12/2015 • 6 minutes, 42 seconds
1 June 2015 17h00
6/1/2015 • 5 minutes, 16 seconds
1 June 2015 18h00
6/1/2015 • 5 minutes, 23 seconds
1 June 2015 16h00
6/1/2015 • 5 minutes, 11 seconds
1 June 2015 15h00
6/1/2015 • 6 minutes, 3 seconds
01 June 2015 14h00
6/1/2015 • 5 minutes, 42 seconds
31 May 2015 19h00 news
5/31/2015 • 5 minutes, 36 seconds
31 May 2015 18h00 news
5/31/2015 • 5 minutes, 53 seconds
31 May 2015 20h00 news
5/31/2015 • 5 minutes, 24 seconds
31 May 2015 17h00 news
5/31/2015 • 5 minutes, 5 seconds
25 May 2015 12h00
5/25/2015 • 4 minutes, 57 seconds
25 May 2015 11h00
5/25/2015 • 5 minutes, 26 seconds
25 May 2015 08h00
5/25/2015 • 4 minutes, 47 seconds
25 May 2015 07h00
5/25/2015 • 5 minutes, 12 seconds
25 May 2015 06h00
5/25/2015 • 3 minutes, 57 seconds
UKHOZI 18H00 17 MAY
5/17/2015 • 5 minutes, 39 seconds
UKHOZI 19H00 17 MAY
5/17/2015 • 5 minutes, 2 seconds
UKHOZI 17H00 17 MAY
5/17/2015 • 5 minutes, 5 seconds
UKHOZI 19H00 MAY 2015
5/16/2015 • 4 minutes, 52 seconds
UKHOZI 18H00 16 MAY 2015
5/16/2015 • 5 minutes, 16 seconds
uKHOZI 18H00 16 MAY 2015
5/16/2015 • 5 minutes, 16 seconds
ukhozi 17h00 16 may
5/16/2015 • 5 minutes, 6 seconds
15 May 2015 13h00
5/15/2015 • 6 minutes, 9 seconds
15 May 2015 12h00
5/15/2015 • 5 minutes, 2 seconds
15 May 2015 11h00
5/15/2015 • 5 minutes, 23 seconds
15 May 2015 10h00
5/15/2015 • 6 minutes, 48 seconds
15 May 2015 08h00
5/15/2015 • 4 minutes, 37 seconds
15 May 2015 07h00
5/15/2015 • 4 minutes, 56 seconds
15 May 2015 06h00
5/15/2015 • 4 minutes, 31 seconds
14 May 2015 11h00
Abalandeli beANC eGoli sebeqalile ukufika e-Hector Pieterson Memorial eSoweto njengoba kuzoba nemashi ebheke emahhovisi aka-Eskom eDiepkloof.
5/14/2015 • 5 minutes, 43 seconds
10h00 ukhozi FM
Inkantolo ephakeme yaseMgungundlovu kulindeleke ilalele ubufakazi besendlalelo sesigwebo sabalisa ababili abalahlwe icala lokudlwengula, ukubamba inkunzi nokubulala iNdela elineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesishiyagalolunye eXobho ogwini oluseningizimu nesifundazwe KwaZulu Natal ngenyanga edlule. Izolo ijaji uNompumelelo Radebe ulahle ngamacala amathathu uMondli Shozi noSibongiseni Phungula. Intatheli yezindaba zeSABC uNonkululeko Hlophe uyabika...[TAKE: SBNAME: CONVICTS NUNNUMBER: 02INCUE: State ProsecutorOUTCUE: SOQTO: 0'46"DURATION:0'46"]
5/14/2015 • 6 minutes, 30 seconds
14 May 2015 08h00
5/14/2015 • 5 minutes, 10 seconds
14 May 2015 07h00
5/14/2015 • 5 minutes, 28 seconds
14 May 2015 06h00
5/14/2015 • 4 minutes, 58 seconds
13 May 2015 11h00
5/13/2015 • 5 minutes, 40 seconds
13 May 2015 10h00
5/13/2015 • 5 minutes, 24 seconds
13 May 2015 08h00
5/13/2015 • 5 minutes, 17 seconds
13 May 2015 07h00
5/13/2015 • 5 minutes, 17 seconds
13 May 2015 06h00
5/13/2015 • 5 minutes, 21 seconds
UKHOZI21H00 12 MAY
5/12/2015 • 5 minutes, 46 seconds
UKHOZI19H00 12 MAY
5/12/2015 • 6 minutes, 1 second
UKHOZI 18H00 12 MAY
5/12/2015 • 5 minutes, 35 seconds
12 May 2015 13h00
5/12/2015 • 5 minutes, 43 seconds
12 May 2015 11h00
5/12/2015 • 5 minutes, 17 seconds
12 May 2015 08h00
5/12/2015 • 5 minutes, 11 seconds
12 May 2015 07h00
Ezihamba phambili: Isigagayi se ANC u Ruth Mompati ushone oneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesishiyagalolunye. KantiImeya yaseBaffalo City uZukiswa Ncitha, usomlomo uLuleka Simon Ndzele nekhansela leANC uSindiswa Gomba kulindeleke bavele enkantolo yemantshi yase-East London namhlanje noma babhekane nokuboshwa.
5/12/2015 • 5 minutes, 34 seconds
12 May 2015 06h00
5/12/2015 • 5 minutes, 3 seconds
UKHOZI 16H00 11 MAY
5/11/2015 • 5 minutes, 19 seconds
UKHOZI 16H00 11 MAY
5/11/2015 • 5 minutes, 19 seconds
UKHOZI 17H00 11 MAY
5/11/2015 • 5 minutes, 49 seconds
UKHOZI 13H00 11 MAY
5/11/2015 • 4 minutes, 8 seconds
UKHOZI 14H00 11 MAY
5/11/2015 • 5 minutes, 44 seconds
08 May 2015 14h00
5/8/2015 • 4 minutes, 18 seconds
08 May 2015 13h00
5/8/2015 • 5 minutes, 31 seconds
08 May 2015 12h00
5/8/2015 • 4 minutes, 44 seconds
08 May 2015 11h00
5/8/2015 • 6 minutes, 44 seconds
08 May 2015 10h00
5/8/2015 • 4 minutes, 46 seconds
08 May 2015 09h00
5/8/2015 • 4 minutes, 23 seconds
08 May 2015 07h00
5/8/2015 • 4 minutes, 52 seconds
07 May 2015 13h00
5/7/2015 • 6 minutes, 19 seconds
07 May 2015 11h00
5/7/2015 • 5 minutes, 35 seconds
07 May 2015 11h00
5/7/2015 • 5 minutes, 35 seconds
07 May 2015 09h00
5/7/2015 • 4 minutes, 34 seconds
07 May 2015 07h00
5/7/2015 • 5 minutes, 59 seconds
UKHOZI 21H00 06 MAY
5/6/2015 • 6 minutes, 8 seconds
UKHOZI 19H00 06 MAY
5/6/2015 • 4 minutes, 19 seconds
UKHOZI 15:00 06 MAY
5/6/2015 • 4 minutes, 42 seconds
UKHOZI FM
Amaphoyisa ase-Eastern Cape, abophe abafana abangamashumi amabili nane abaminyaka ephakathi kwengu 15, kuya ku 19 ubudala esigodini sase Xhongora, ngaphandle kwase Mthatha. Abasolwa baboshwa kulandela emva kokuthi kushone omunye wabafana oneminyaka engu 18,ubudala wakulendawo. Okhulumela amaphoyisa uMzukisi Fatyela, uthi amaphoyisa asaphenya ngembangela yokulwa kwabo, abasolwa babhekene namacala okukubulala ukudala nodlame emphakathini.[TAKE: SBNAME: Twenty boyzOUTCUE: the murder chargeTO: 0'34"DURATION:0'34"]
5/6/2015 • 5 minutes, 3 seconds
UKHOZI FM BULLETUNS
Amaqembu aphikisayo athi afuna isixazululo njengoba kuqhubeka imibhikisho malungana nezinhlelllo zokungabibikho kwezindlu , amanzi kanye nokuthuthwa jwendle uma ngabe iMeya yomkhandlu dolobha wase Goli u Parks Tau esethula inkulumo yakhe ye dolobha e Braamfontein namhlanje . Lamaqembu aphinde aphawula kabanzi ngokungasebenzi kwamarobothi , izinkinga zokuthuthelw akukagesi , kanye nokungaqoqwa kwenfucuza ngendlela efanenle . Okhulumela i DA u vasco Da gama uyenaba kabanzi ngalokhu [TAKE: SBINCUE: Our interest is .....OUTCUE: ..... to do this timeTO: 0'25"DURATION:0'25"]Kusenjalo kubikwa ukuthi bafuna ukwazi ukuthi ngabe benzeni , kubikwa ukuthi akusetshenzelwanga ngendlela egculisayo umphakathi ezinhlelweni zakwa City Power , Joburg Water uthi udoti ugcwele yonke indawo i Piki it Up ayiwenzi umsebenzi okumele ukuthi iwenze ngendlela egculisayo . Ugesi wasemgwaqeni awusebenzi uma ngabe kuna imvula.
5/6/2015 • 4 minutes, 27 seconds
UKHOZI 22:00 05 MAY
5/5/2015 • 4 minutes, 8 seconds
UKHOZI 19H00 05 MAY
5/5/2015 • 4 minutes, 32 seconds
UkHOZI FM BULLETINS
Umphakathi wase Mtubatuba ugcwele uyachichima enkantolo yakulendawo enyakatho neKwaZulu Natal, lapho kuzovela khona umsolwa osolwa ngokudlwengula unina waphinde wambulala. Abantu baphethe izinqwembe ezibhalwe ukuthi akuvikelwe abantu abadala, abangahlukunyezwa. Unkosikazi kandunankulu KwaZulu Natal, uThembeka Mchunu, uyingxenye yezakhamizi zase Kundosi eMtubatuba. Umama osemdala uFikilephi Sithole wadlwengulwa wabulawa indodana yakhe. Umphakathi wathukuthela kakhulu emva kwalesi sigameko ufuna umsolwa angatholi ibheyili. u-Sithole ugcwatshwe ngesonto lendlule. Kulindeleke ukuthi afake isicelo sebheyili.Smp dbn 05/05
5/5/2015 • 4 minutes, 49 seconds
UkHOZI FM Bulletins
Abasolwa abasithupha ababanjwa oqotsheni bephethe ama card akwa Sassa, angu 390, eMashishing ayayaziwa phambilini ukuthi i-Lydenburg, banikwe ibheyili yezinkulungwane umuntu ngamunye yinkantolo yakulendawo namhlanje. Okhulumela amaphoyisa ase-Mpumalanga, uGerald Sedibe, uthi labasolwa abasithupha babhekene namacala okuntshontsha. Uthi amaphoyisa asaphenya ukuthi lamakhadi ingabe lamkhadi anabanikazi bawo yini noma ankonkonteliwe.[TAKE: SBNAME: When policeOUTCUE: Further investigationTO: 0'34"DURATION:0'34"]smp dbn 04/05
5/4/2015 • 4 minutes, 2 seconds
04 May 2015 15h00
5/4/2015 • 5 minutes, 52 seconds
UKHOZI FM BULLETINS
Izindaba ezihambe phambili osukwina lwanamhlanje
5/3/2015 • 4 minutes, 33 seconds
uKHOZI FM BULLETINS
Umsolwa wsithathi oboshe mayelana nokubualwa kukathisha u Jayde Panayiotou uzovela enkantolo kamansthi kusasa. Okhulumele amaphoyisa ase Easternb cape u Brigadier Marinda Mills , ukuqinisekisiele ukuthi lomlisa uboshwe e New Brighton izolo. Kuvele imininingwane ethe kwakhishwa imali kukhokheklwa ozobulala.[TAKE: SBNAME: update jayedOUTCUE: weeTO: 0'30"DURATION:0'30"] umyeni wakhe u Chrsipher Panayitou oneminyaka engu 28 uvele enkantolo namuhla ekuseni. Ubhekene namacala okubalwa elokuthumba, elokubamba inkunzi nanokubulala kanjalo netulo lokubulala. Lelicala lihlehlislwe umhla ka 19 ku June kube kusaphenywa. Uzohlala ezitokisni . U Jayde Panayiotou, uthunjwe engaphandle kwekhaya lakhe mhla ka 28 ku April elinde imoto eyabe izomusa esikoleni afundisa kuso. Wabe esetholwa eseshonile endaweni engaphandle kwase lokishini lakwa Nobuhle e Tinahe. Omunye umlisa uboshwe mayelana nalesigameko wu Tahndo Siyoli oneminyaka engu 31 uvele kuyo lenkantolo ngesontop eledlule. Themba Khumalo
5/3/2015 • 4 minutes, 41 seconds
24 April 22h00
4/24/2015 • 6 minutes, 27 seconds
24 April 19h00
4/24/2015 • 5 minutes, 34 seconds
Ukhozi Newsa at 12:00
amalunga ephalamende asekhululelwe ukuthi ayogxila ekusebenzeni nemiphakathi yawo kulandela uxhaxha lwezehlklakalo zokuhlaselwa kwabangasibo bakuleli. Usomlomo wephalamende u Baleka Mbethe uthio iphalamende angeke lakwazi ukuqhubeka nemisebenzi yansukuzonke emva kokubualwa kwabantu.
4/23/2015 • 4 minutes, 27 seconds
Ukhozi 11 00 bulletin
Izinkulungwane zabantu okulindeleke ukuba babambe iqhaza emashini ephikisana nokucwaswa kwabangasibo bakuleli e Goli ku CBD namuhla. Lemashi ehlanganiswe abamabandla ehlukene, izinyuvesi, izinyunyana kanye nezinhlanganoi zomphakathi.
4/23/2015 • 4 minutes, 8 seconds
ukhozi Bulletin 10 hr bulletin
Sekuqalile ukuphindiselwa kwabokufika emphakathini waseKurhuleni.
4/23/2015 • 5 minutes, 51 seconds
Ukhozi News Bulletin at 09
Unkosazana Dlamini Zuma unomhlangano noKhomishina we EU bebonisana ngababaleki baseAfrica.
4/23/2015 • 4 minutes, 43 seconds
News on Ukhozi at 11 on 22 April 2014
Kushiswe isitolo sowokufika kuleli
4/22/2015 • 4 minutes, 48 seconds
Ukhozi 09 00 bulletin
Inkampani ephakela ugesi kuleli uEskom uthi aphakathi nendawo amathuba okuthi kungacishwa ugesi namuhla ekuseni kanti aphezulu okuthi uzocinywa ntambama kuye ngokuthi iziphehlimandla zisebenza kanjani.
4/21/2015 • 4 minutes, 34 seconds
12 News Ukhozi
Seluqale phansi udlame olubhekiswe kwabokufika eSiphingo.
4/20/2015 • 5 minutes, 6 seconds
uKhozi fm bulletins
Kutshalwe amaphoyisa nonogada abazimele ngaphandle kwesikhungo esiphehla amandla kagesi esidle izigidi zamarandi kuleli sakwa Eskom eMedupi Power Station, e-Lephalele e-Limpopo
4/10/2015 • 4 minutes, 28 seconds
uKhozi FM BULLETINS 10 APRIL 2015
Kutshalwe amaphoyisa nonogada abazimele ngaphandle kwesikhungo esiphehla amandla kagesi esidle izigidi zamarandi kuleli sakwa Eskom eMedupi Power Station, e-Lephalele e-Limpopo
4/10/2015 • 5 minutes, 20 seconds
UKHOZI 17H00 05 APRIL
4/5/2015 • 3 minutes, 44 seconds
UKHOZI 17H00 03 APRIL
4/3/2015 • 4 minutes, 42 seconds
10H00 UKHOZI 31 MARCH
Amakhulu ababhikishi eQuarry Heights enyakatho neTheku avale imigwaqo engenela emgwaqeni onguthelawayeka uN2
3/31/2015 • 5 minutes, 18 seconds
UKHOZI 11H00 31 MARCH
3/31/2015 • 6 minutes, 6 seconds
UKHOZI 07H00 29 MARCH
Unobhala jikelele weCosatu uZwelinzima Vavi namanje usawuhlab' inhlali mayelana nalokho athe yisimemezelo esibalulekile azosenza namuhla.
3/29/2015 • 6 minutes, 5 seconds
UKHOZI 11H00 28 MARCH
3/28/2015 • 5 minutes, 57 seconds
Ukhozi FM Bulletins 26 March 15 06h00
Uqhekeko kwiCosatu kubhekeke ukuba lubonakale ngosuku lwezisebenzi umhla lulunye kuNhlaba, njengoba lomfelandawonye wezisebenzi kanye nezinyunyani eziyisi-8 ezeseka inyunyani eyaxoshwa kwiCosatu iNUMSA zihlela imicimbi emibili eyehlukene ngalelolanga. Lezinyunyani eziyisi-8 zihlela ukuba nombhikisho eThekwini ngalelolanga ukuyokwethula uhlu lwezikhalo zazo, kanti iCosatu KwaZulu-Natal ngapha eCurris Fountain yona izoba nombuthano wayo omkhulu. Kanti lombutho wezisebenzi esifundazweni uthi awukhathazekile ngalesisimo. Unobhala wawo uEdwin Mkhize uyachaza...........[TAKE: SBINCUE: This MayOUTCUE: demonstrateDURATION:0'28"](Uthi umgubho wakulonyaka ungohlukile ngoba bazobe begubha iminyaka engama-30 lomfelandawonye wezisebenzi wasungulwa. Uthi umgubho kumele uveze ukuthi izisebenzi zizuzeni kuleminyaka emingaka, okubalwa k
3/26/2015 • 5 minutes, 45 seconds
Ukhozi FM Bulletins 26 March 15 06h00
Uqhekeko kwiCosatu kubhekeke ukuba lubonakale ngosuku lwezisebenzi umhla lulunye kuNhlaba, njengoba lomfelandawonye wezisebenzi kanye nezinyunyani eziyisi-8 ezeseka inyunyani eyaxoshwa kwiCosatu iNUMSA zihlela imicimbi emibili eyehlukene ngalelolanga. Lezinyunyani eziyisi-8 zihlela ukuba nombhikisho eThekwini ngalelolanga ukuyokwethula uhlu lwezikhalo zazo, kanti iCosatu KwaZulu-Natal ngapha eCurris Fountain yona izoba nombuthano wayo omkhulu. Kanti lombutho wezisebenzi esifundazweni uthi awukhathazekile ngalesisimo. Unobhala wawo uEdwin Mkhize uyachaza...........[TAKE: SBINCUE: This MayOUTCUE: demonstrateDURATION:0'28"](Uthi umgubho wakulonyaka ungohlukile ngoba bazobe begubha iminyaka engama-30 lomfelandawonye wezisebenzi wasungulwa. Uthi umgubho kumele uveze ukuthi izisebenzi zizuzeni kuleminyaka emingaka, okubalwa kukho
3/26/2015 • 5 minutes, 45 seconds
Ukhozi FM Bulletins 24/03/15
abantu abananakhono afanle komasipala bezindawo kungaba yisona sisombulullo ezinkingeni ezibhekene nohulumeni bezindawo. Loku kushiwo wumengameli wakuleli umnu jacob Zuma engqungqutheleni ye South African Local Gopverment Association Members Assembly e Midrand phambilini namuhla ekuseni. Lomhlangano wezinsuku ezimbuili ohanjelwe zimeya namakhansela abasuka komasipala ababalelwa ku 278. Umengameli Zuma uyachaza.In There should BeOut. Local govermentdur00 28 Themba Khumalo
3/24/2015 • 4 minutes, 51 seconds
UKHOZU 09H00 24 MARCH
3/24/2015 • 5 minutes, 24 seconds
UKHOZI 11H00 24 MARCH
3/24/2015 • 5 minutes, 57 seconds
Ukhozi FM Bulletin 22h00
Ikhomishana elibhekele izikhalazo ngeMisakazo - i Broadcasting Complaints Commision of South Africa liyikhiphe phambili iNhlangano Yezindaba yase Ningizimu Afrikha i SABC News ecaleni ebe ilibekwe wumlaleli mayelana nokubeka ingcaca izinto. Kunomlaleli owakhalaza ngokuthi iNhlangano YeziNdaba ayilusingathanga ngokucabangela abanhliziyo zabo zibuthaka khathi ibika ngokutholwa kwemibungu eyayisemabhodleleni eyayintshingwe endaweni yokulahlela imfucuza e Marianhill entshonalanga yeTheku. LeKhomishana ithe iyithola ingenacala iNhlangano yeZindaba ngokusebenzisa kwayo igama elithi umbungu ngoba kuyilona kuphela elinembile futhi elingenasici kokwakukhulunywa ngakho. Ummangali unikezwe isinsuku ezingamashumi amathathu ukwedlulisa isimangalo sakhe uma enganelisekile ngesinqumo.Sms dbn. 24/3/15 ed: sms
3/24/2015 • 4 minutes, 45 seconds
UKHOZI 07H00 24 MARCH
3/24/2015 • 4 minutes, 43 seconds
UKHOZI FM Bulletins 19h00
misiwe emsebenzini inhloko yophiko olubheka ukuziphatrha kwamaphoyisa u-Robert Mcbride. Incwadi emazisa ngokumiswa kwakhe u-Mcbride, uyithole namhlanje ntambama. Lesikhulu sigijimele enkantolo phambili kulandela ukuthi sithole isexwayiso sokumiswa uNgqongqoshe wamaphoyisa u-Nathi Nhleko, emasontweni amabili andlule. Inkantolo ephakeme ePitoli yasichitha isicelo sika Mcbride, yathi asiphuthumi. Okhuluemla ungqongqoshe u-Musa Zondi, uyachaza.[TAKE: SBNAME: Sb Mcbride suspendedOUTCUE: I can ConfirmTO: 0'34"DURATION:0'34"] Uthi uyakuqinisekisa ukuthi namhlanje, uMnz Rodna, uhambise incwadi egameni likaNgqongqoshe, emxwayisa ngokumiswa kwakhe izinsuku ezingamashumi ayisithupha, kube kuqhubeka uphenyo, futhi kungenzeka kube nezinyathelo zomthetho ezithathwayo uma kuphela uphenyo.
3/24/2015 • 4 minutes, 24 seconds
uKhozi FM Bulletins 24/03/15 15h00
Umeli kwalowaphuma ngaphansi kohlelo lwezokuxolelwa ejeleu Eugene de Kock uthi lona uyaphila futhi angeke sisafakwa enkantolo isicelo sokuthi izikhulu zimdedele. U Julian Knight uthi ubesezofaka lesicelo khathi u De Kock exhumana naye emtshela ukuthi ukuphi. U Knoth uthi u De Kock akakathandi ukuthi kwaziwe ukuthi ukuphi. Ngo Lwesihlanu kwabikwa ukuthi lo owake waba wumkhuzi wase Vlakplas wanikezelwa ngokuyimfihlo kwabezokuvikela waboshwa . U De Kock ngonyaka ka 1996 wagixabezwa odilikajele ababaili kanye naneminyaka engu 212 ebhadla . Ngo January mhla ka 30 ungqongqoshe wezobulungisa u Mike Masutha wamemezela ukuthi wagunyaza ukuphuma kuka De Kock ngaphansi kohlelo lwezokuxolela. Themba Khumalo
3/24/2015 • 4 minutes, 51 seconds
23 Mar 2015 22h00
3/23/2015 • 5 minutes, 25 seconds
23 Mar 2015 19h00
3/23/2015 • 5 minutes, 5 seconds
Ukhozi 13h00 23 March
3/23/2015 • 5 minutes, 40 seconds
09h00 Ukhozi 20 March
3/20/2015 • 5 minutes, 12 seconds
Ukhozi News 06h00 20 March
3/20/2015 • 6 minutes, 17 seconds
UkhoziFm 07h00 Bulletin
*Umengameli wase- Tunisia, uBeji Essebsi, uthi izwel lakhe libhekene nempi yokulwa nabashokobezi kulandela ukuthi kubulawe abantu abalishumi nesikhombisa abazivakashi banabkhona eTunisia ngaphandle kwenye yezindawo zombukiso yamagugu.*Izobanjwa namhlanje inkonzo yesikhumbuzo kalowo obenguNgqongqoshe wezisebenzi zikahulumeni nokuphathwa kwazo u-Collins Chabane, nongada bakhe e-Pitoli.*iphini likaMengameli litshele iphalamende ukuthi bazibheke ngambomvu izinkinga zenkamapni yakwa Eskom.
3/19/2015 • 4 minutes, 43 seconds
17-03-11 am
3/17/2015 • 5 minutes, 4 seconds
17 Mar 15 10am
3/17/2015 • 5 minutes, 38 seconds
UKHOZI 12H00 10/03/2015
3/10/2015 • 4 minutes, 41 seconds
Ukhozi Bulletin 06h00 06 March
3/6/2015 • 5 minutes, 36 seconds
Ukhozi 13h00 05 Mar
3/5/2015 • 5 minutes, 7 seconds
05 MARCH 11H00
3/5/2015 • 5 minutes, 38 seconds
20 Feb 2pm
Top StoriesAbalisa abasithupha Bazovela enkantolo KaMantshi yase Verulama ngaphandle kwaseThekwini namhlanje.
2/20/2015 • 4 minutes, 21 seconds
20 feb 08:00
Othisha nabafundi baseMenzi High School eMlazi eningizimu neTheku balilela ukudlula emhlabeni ngokuzuma kukathishomkhulu walesikole uMnu. Felix Mshololo. Umnu. Mshololo wedlule emhlabeni namuhla ekuseni kulandela ukuphathwa yisifo senhliziyo. Ubedumile futhi enogazi olukhulu kulelilokishi, ngenxa yothando lwakhe lwemfundo, kanjalo nangokuthi isikole sakhe iMenzi High School singezinye zezikole ezenza kahle kakhulu emiphumeleni yebanga leshumi KwaZulu-Natal. UZimbili Mazibuko weSABC uyabika...........
2/20/2015 • 4 minutes, 55 seconds